SlideShare a Scribd company logo
1 of 24
IZINKONDLO
Ubunkondlo
1
INKONDLO NESAKHIWO SAYO
Isakhiwo Sangaphandle
• Indinyana/isigaba (Stanza)
• Imvumelwano (rhyme)
• Isigqi (rhythm)
• Ukuphinda amaphethini (Repetition)
• Impindwa (Refrain)
• Ifanamsindo (Alliteration)
2
INDINYANA (STANZA)
• Indinyana yethula umqondo nomyalezo owodwa
enkondlweni. Indinyana ingaba nemigqa:
• emibili (Couplet)
• emathathu (trecet)
• emine (quantrain)
• emihlanu (quintet)
• eyisithupha (sestet)
• eyisikhombisa (septet)
• neyisishiyagalombili (octet)
3
Imvumelwano (rhyme)
• Imvumelwano-sigcino
ab, ab, cc noma ab; ab; cc; dd
• Imvumelwano-siqala
Imvumelwano-maphakathi
• Ngema ngakhexa ngalalela
4
Cula Ngizwe
Cula ngizwe Moya,
Khona ngizolala sengozela,
Ngoba ngibona kuqhaqhazela
Imith’ eluhlaza!
Ngichazele ngezimangaliso
Nangobuhle nezifanekiso
Nangothand’ olusha
Noludal’ olungenamongo,
Nokuthul’ okungenabuthongo
Bungizume phansi.
5
Inhliziyo yam’ izokwethaba,
Ukuqaqamb’ okunokwesaba,
Kuyawuthiy’ umqondo.
Ngilethel’ ukuzotha kokuhlwa
Okungaphazanyiswa nje ngumuhlwa
Uququd’ udonga.
6
ISIGQI (RHYTHM)
• Izinkondlo zabase-Afrika zibanesigqi lapho
imbongi isebenzisa imigqa engalingani nokho
kube nokuhambisana komqondo owethulwa
kuleyo nkondlo.
• Isigqi siveza umoya othile enkondlweni
njengokuthukuthela noma ukukhathazeka.
7
Isigqi sezinkondlo zabamhlophe
Twinkle, twinkle, little star,
How I wonder what you are.
Up above the world so high,
Like a diamond in the sky.
8
Isigqi ezinkondlweni zabomdabu
• Udlondlwane luya luhlezi,
• Luya ludlondlobele
• Luyadla lubek’ isihlang’ emadolweni.
• Isidlukula dlwedlwe.
• Uhlany’ olusemehlwe’ amadoda.
9
Ukuphinda amaphethini
Ukuxhumana kwemiqondo (parallelism)
• ukuxhumana-siqalo (initial linking)
– Ngezwa kuthiwa le misebenzi ngeyakho
– Ngezwa bekuntinyela ngezindosi zamazwi
• ukuxhumana-sigcino (final linking)
– Umshayeli wenqol’udl’ ezimnyama,
– Edlinzeni lakhe kubus’ ubumnyama,
10
Ukuxhumana ngokuphambanisa
Ukuxhumana okuyinxemu/okutshekile
– Ngema ngakhexa ngalalela
– Ngalalel’ iminjunju yenhliziyo
• Ukuxhumanisa okuyisiphambano
• Ibhubesi lasukela indoda,
• Indoda yaligwaza ibhubesi.
11
• Ukuxhumanisa ngokuhlela amagama
• Unjengethishelakazi phambi kwezichwe
• Unjengomfundisi phambi kwebandla
(uNyazi 3 Ikhasi 49)
12
UKUPHINDA AMAPHETHINI
• IMPINDWA (REFRAIN)
IFANAMSINDO
• Udlondlwane luya luhlezi,
• Luya ludlondlobele
• Luyadla lubek’ isihlang’ emadolweni.
• Isidlukula dlwedlwe.
• Uhlany’ olusemehlwe’ amadoda.
13
ISAKHIWO SANGAPHAKATHI
• Imifanekiso yomqondo
• Isifaniso (simile)
• Isingathekiso (metaphor)
• Uphawu (symbolism)
• Ukwenzasamuntu (personification)
14
ILANGA - DBZ Ntuli
Inkunzi ebomvu, uNompondompondo,
Oqhamuke amavukana akhwica amashobana,
Ayosobela kwaSibhakabhaka,
Ngoba engenakuphika nkani.
UMaqhamuka akhonye kwaMpumalanga,
Bathi kukhonya kuni khona lokhu,
Esikuzwe kungena ngamehlo,
Izinkunzana zonkana zikhonya ngamaphinjwana?
Phinde, ngiyaphika, akusinkunzi,
Ngamajininindi.
15
I wandered lonely as a cloud
That floats on high o'er vales and hills,
When all at once I saw a crowd,
A host, of golden daffodils;
Beside the lake, beneath the trees,
Fluttering and dancing in the breeze.
Continuous as the stars that shine
And twinkle on the milky way,
They stretched in never-ending line
Along the margin of a bay:
Ten thousand saw I at a glance,
Tossing their heads in sprightly dance.
16
Ukujula Ngenkondlo
• Kuyenzeka ufunde inkondlo ethile uthole
umqondo wayo uphelele. Kodwa lapho
usuyihlolisisa uthole ukuthi iqukethe omunye
umqondo.
• Kungakhulunywa ngelanga kanti kube
kubhekiswe kumuntu ongumholi.
17
Umoya Osenkondleni
• Imbongi ingabhala inkondlo ngoba ithintekile
ngokuthile. Kungakho ungathi lapho ufunda
inkondlo yayo uzizwe nawe udumala, noma
ujabula noma uzizwe uba nothando oluthile.
• Ngakho-ke kumele inkondlo ivuse imizwa
ethile.
• Bheka ezinkondlweni zakho ukuthi lokho
kwenziwe ngempumelelo yini?
18
Izinhlobo zezinkondlo zesimanje
Ilirikhi (lyric)
• Ilirikhi uhlobo lwenkondlo equkethe imizwa
yomlobi.
• Kulolu hlobo imbongi/umlobi ukhululekile
ukusho noma yini ayizwayo.
• Ngenxa yobuhle belirikhi kwaze kwaba uhlobo
lwenkondlo eculwayo. Ezilimini zabaMhlophe
yayibhalwa ibe nesigqi ukuze kubelula
ukuyicula.
19
Izinhlobo zezinkondlo zesimanje
• I-eleji (elegiac verse)
• I-eleji inkonldo esivezela isililo sembongi
kakhulukazi ngomuntu othize oshonile.
• Kulolu hlobo lwenkondlo kulula ukuthola isimo
sembongi kanye nemizwa yayo.
• Okunye okungavela kungaba yindlela imbongi
ikhumbula ngayo isihlobo sayo esingasekho.
• Ngendlela imbongi ibalisa ngayo kungaze
kuvele usizi oluthize.
20
Izinhlobo zezinkondlo zesimanje
• I-ephiki (epic)
• I-ephiki inkondlo exoxa indaba esamlando.
• Kungaba khona izehlakalo ezithize ezibekwe
ngendlela yobunkondlo.
• Uhlobo olunje aluvamisile esiZulwini. Nokho uma
sibheka izibongo zamakhosi siyazithola izimpawu
ezithize ze-ephiki. Kwesinye isikhathi indaba
exoxwayo iba yindida. Kungalandwa izigameko
ngendlela umlobi abona ngayo izinto.
21
Izinhlobo zezinkondlo zesimanje
• Isonethi (sonnet)
• Isonethi inkondlo evamise ukuba nemigqa eyi-
14.
• Isonethi ejwayelekile eyase Ntaliyane. Le sonethi
ihlukaniswe izigaba ezimbili. Imigqa yokuqala eyi-
8 kanye nemigqa yesibili eyi-6. Imvamisa imigqa
yokuqala iqukethe umqondo ohlukile
emqondweni wesibili
• abab, cdcd, efef, gg.
• abab, bcbc, cdcd, ee.
22
Izinhlobo zezinkondlo zesimanje
• Izibongo zesimanje
• Izibongo zesimanje zilandela indlela
yokubhala izinkondlo zesimanje.
• Izibongo ziyahlelwa ukuze kube khona lowo
mgqumo kanye nemvumelwano.
• Izibongo zesimanje zibhalwa phansi
kukhethwe amagama ngobuciko, kanti
izibongo zakudala zibonisa ubuciko bemvelo
23
Izinhlobo zezinkondlo zesimanje
• Umbhinqo (Satire)
• Lolu hlobo lwenkondlo lugxeka isimilo noma
ukuziphatha komuntu othize.
• Kwesinye isikhathi kungagxekwa noma yini
engahambisani nezinto ezibalulekile ezivumelana
nenhlalo yabantu.
• Lokhu kugxeka kuqonde ukukhuza leyo ndlela
engavumelekile. Ziningi izindlela zokubhala lolu
hlobo lwezinkondlo
24

More Related Content

What's hot

Izinguquko zemisindo uma silwangisa, singwaqazisa nalapho sinkankazisa
Izinguquko zemisindo uma silwangisa, singwaqazisa nalapho sinkankazisaIzinguquko zemisindo uma silwangisa, singwaqazisa nalapho sinkankazisa
Izinguquko zemisindo uma silwangisa, singwaqazisa nalapho sinkankazisalaurencia Motloung
 
Izibongo zamakhosi zithathwa_njengencwadi_yomlomo_yomlando_wamakhosi_kanye_no...
Izibongo zamakhosi zithathwa_njengencwadi_yomlomo_yomlando_wamakhosi_kanye_no...Izibongo zamakhosi zithathwa_njengencwadi_yomlomo_yomlando_wamakhosi_kanye_no...
Izibongo zamakhosi zithathwa_njengencwadi_yomlomo_yomlando_wamakhosi_kanye_no...Simphiwe Sandile Ndlovu
 
Eminye yemizamo eyenziwayo ukuthuthukisa ulimi lwesizulu
Eminye yemizamo eyenziwayo ukuthuthukisa ulimi lwesizuluEminye yemizamo eyenziwayo ukuthuthukisa ulimi lwesizulu
Eminye yemizamo eyenziwayo ukuthuthukisa ulimi lwesizuluThendayi
 
Izinkondlo zika bw vilakazi(2)
Izinkondlo zika bw vilakazi(2)Izinkondlo zika bw vilakazi(2)
Izinkondlo zika bw vilakazi(2)nokubonga lungile
 
Lecture-Ubunkondlo.pptx.pdf
Lecture-Ubunkondlo.pptx.pdfLecture-Ubunkondlo.pptx.pdf
Lecture-Ubunkondlo.pptx.pdfNelisiweClaudia
 

What's hot (20)

Izindlela zesenzo (2)
Izindlela zesenzo (2)Izindlela zesenzo (2)
Izindlela zesenzo (2)
 
Isakhiwo somdlalo
Isakhiwo somdlaloIsakhiwo somdlalo
Isakhiwo somdlalo
 
Izinkondlo (Isakhiwo)
Izinkondlo (Isakhiwo)Izinkondlo (Isakhiwo)
Izinkondlo (Isakhiwo)
 
Izinguquko zemisindo uma silwangisa, singwaqazisa nalapho sinkankazisa
Izinguquko zemisindo uma silwangisa, singwaqazisa nalapho sinkankazisaIzinguquko zemisindo uma silwangisa, singwaqazisa nalapho sinkankazisa
Izinguquko zemisindo uma silwangisa, singwaqazisa nalapho sinkankazisa
 
Sicikoza ngosiba
Sicikoza ngosibaSicikoza ngosiba
Sicikoza ngosiba
 
Izinhlobo zezinganekwane
Izinhlobo zezinganekwaneIzinhlobo zezinganekwane
Izinhlobo zezinganekwane
 
Imikhakha
ImikhakhaImikhakha
Imikhakha
 
Ubuciko bomlomo asandah
Ubuciko bomlomo asandahUbuciko bomlomo asandah
Ubuciko bomlomo asandah
 
Isizulu ulimi lwasekhaya
Isizulu ulimi lwasekhayaIsizulu ulimi lwasekhaya
Isizulu ulimi lwasekhaya
 
Izibongo zamakhosi zithathwa_njengencwadi_yomlomo_yomlando_wamakhosi_kanye_no...
Izibongo zamakhosi zithathwa_njengencwadi_yomlomo_yomlando_wamakhosi_kanye_no...Izibongo zamakhosi zithathwa_njengencwadi_yomlomo_yomlando_wamakhosi_kanye_no...
Izibongo zamakhosi zithathwa_njengencwadi_yomlomo_yomlando_wamakhosi_kanye_no...
 
Izinhlobo zezinganekwane
Izinhlobo zezinganekwaneIzinhlobo zezinganekwane
Izinhlobo zezinganekwane
 
Eminye yemizamo eyenziwayo ukuthuthukisa ulimi lwesizulu
Eminye yemizamo eyenziwayo ukuthuthukisa ulimi lwesizuluEminye yemizamo eyenziwayo ukuthuthukisa ulimi lwesizulu
Eminye yemizamo eyenziwayo ukuthuthukisa ulimi lwesizulu
 
ubuciko komlomo
ubuciko komlomoubuciko komlomo
ubuciko komlomo
 
Ukulumbana konkamisa(1)
Ukulumbana konkamisa(1)Ukulumbana konkamisa(1)
Ukulumbana konkamisa(1)
 
Izinkondlo zika bw vilakazi
Izinkondlo zika bw vilakaziIzinkondlo zika bw vilakazi
Izinkondlo zika bw vilakazi
 
Isilandiso
IsilandisoIsilandiso
Isilandiso
 
UBUCIKO BOMLOMO
UBUCIKO BOMLOMOUBUCIKO BOMLOMO
UBUCIKO BOMLOMO
 
Izinkondlo zika bw vilakazi(2)
Izinkondlo zika bw vilakazi(2)Izinkondlo zika bw vilakazi(2)
Izinkondlo zika bw vilakazi(2)
 
Lecture-Ubunkondlo.pptx.pdf
Lecture-Ubunkondlo.pptx.pdfLecture-Ubunkondlo.pptx.pdf
Lecture-Ubunkondlo.pptx.pdf
 
Incwadi Yobungani.pptx
Incwadi Yobungani.pptxIncwadi Yobungani.pptx
Incwadi Yobungani.pptx
 

Viewers also liked

Viewers also liked (20)

Izinkondlo zika bw vilakazi
Izinkondlo zika bw vilakaziIzinkondlo zika bw vilakazi
Izinkondlo zika bw vilakazi
 
Izinkondlo zika bw vilakazi(1)
Izinkondlo zika bw vilakazi(1)Izinkondlo zika bw vilakazi(1)
Izinkondlo zika bw vilakazi(1)
 
Ulimi lwesizulu ulimi lwasekhaya
Ulimi lwesizulu ulimi lwasekhayaUlimi lwesizulu ulimi lwasekhaya
Ulimi lwesizulu ulimi lwasekhaya
 
NDEBELE POEMS - Inkondlo zikasibeko
NDEBELE POEMS - Inkondlo zikasibekoNDEBELE POEMS - Inkondlo zikasibeko
NDEBELE POEMS - Inkondlo zikasibeko
 
Imbongi zika zulu
Imbongi zika zuluImbongi zika zulu
Imbongi zika zulu
 
Ukuvezwa kwabalingiswa
Ukuvezwa kwabalingiswaUkuvezwa kwabalingiswa
Ukuvezwa kwabalingiswa
 
Udweshu ( conflict) Bengihi lizokuna Novel
Udweshu ( conflict) Bengihi lizokuna NovelUdweshu ( conflict) Bengihi lizokuna Novel
Udweshu ( conflict) Bengihi lizokuna Novel
 
FET Phase IsiZulu Language Caps Doc.
FET Phase IsiZulu Language Caps Doc.FET Phase IsiZulu Language Caps Doc.
FET Phase IsiZulu Language Caps Doc.
 
Izinkondlo zika bw vilakazi
Izinkondlo zika bw vilakaziIzinkondlo zika bw vilakazi
Izinkondlo zika bw vilakazi
 
Umlando omfishane nemisebenzi ka nyembezi
Umlando omfishane nemisebenzi ka nyembeziUmlando omfishane nemisebenzi ka nyembezi
Umlando omfishane nemisebenzi ka nyembezi
 
No.134 Uthando Olungummangaliso
No.134 Uthando OlungummangalisoNo.134 Uthando Olungummangaliso
No.134 Uthando Olungummangaliso
 
Presentación Jenkins
Presentación JenkinsPresentación Jenkins
Presentación Jenkins
 
Ulimi lwesizulu ulimi lwasekhaya
Ulimi lwesizulu ulimi lwasekhayaUlimi lwesizulu ulimi lwasekhaya
Ulimi lwesizulu ulimi lwasekhaya
 
Sie 2
Sie 2Sie 2
Sie 2
 
Amakhalikhuleyitha
AmakhalikhuleyithaAmakhalikhuleyitha
Amakhalikhuleyitha
 
Umlando omfishane nemisebenzi ka nyembezi
Umlando omfishane nemisebenzi ka nyembeziUmlando omfishane nemisebenzi ka nyembezi
Umlando omfishane nemisebenzi ka nyembezi
 
18
1818
18
 
Pseudolocalization
PseudolocalizationPseudolocalization
Pseudolocalization
 
Microcirculation
MicrocirculationMicrocirculation
Microcirculation
 
Manasa_CV
Manasa_CVManasa_CV
Manasa_CV
 

Similar to Izinkondlo1(2)

20121119 Lyric 11192012 a
20121119 Lyric 11192012 a20121119 Lyric 11192012 a
20121119 Lyric 11192012 aapple00
 
He hadsuchquieteyesninthemidstofhardsip
He hadsuchquieteyesninthemidstofhardsipHe hadsuchquieteyesninthemidstofhardsip
He hadsuchquieteyesninthemidstofhardsipzahuren
 
Shakespeare language powerpoint
Shakespeare language powerpointShakespeare language powerpoint
Shakespeare language powerpointcaromeo
 
Ode to a Nightingale. John Keats Presentation
Ode to a Nightingale. John Keats  PresentationOde to a Nightingale. John Keats  Presentation
Ode to a Nightingale. John Keats PresentationyukariT
 
Figures of speech, or metaphorical language
Figures of speech, or metaphorical languageFigures of speech, or metaphorical language
Figures of speech, or metaphorical languagepvenglishteach
 
All About Poetry (Elements and Types of Poetry)
All About Poetry (Elements and Types of Poetry)All About Poetry (Elements and Types of Poetry)
All About Poetry (Elements and Types of Poetry)Louise Gwyneth
 
Types of poetry presentation
Types of poetry presentationTypes of poetry presentation
Types of poetry presentationRAULFAN88
 
Classical Arabic Speeches and Sermons: A Taste of Classical Arabic Volume 2
Classical Arabic Speeches and Sermons: A Taste of Classical Arabic Volume 2Classical Arabic Speeches and Sermons: A Taste of Classical Arabic Volume 2
Classical Arabic Speeches and Sermons: A Taste of Classical Arabic Volume 2Saleem Khanani
 
What is Poetry?
What is Poetry?What is Poetry?
What is Poetry?ms_mcmanus
 
The chimney sweeper es presentation
The chimney sweeper  es presentationThe chimney sweeper  es presentation
The chimney sweeper es presentationSyakir Azizi
 
Chapter 6 designer part 3
Chapter 6   designer part 3Chapter 6   designer part 3
Chapter 6 designer part 3pylescs
 
Chapter 6 designer part 3
Chapter 6   designer part 3Chapter 6   designer part 3
Chapter 6 designer part 3pylescs
 
The Pursuit of Worldly Wisdom - Sermon Slides
The Pursuit of Worldly Wisdom - Sermon SlidesThe Pursuit of Worldly Wisdom - Sermon Slides
The Pursuit of Worldly Wisdom - Sermon SlidesCole Hartman
 
The Pursuit of Worldly Wisdom_Ecclesiastes 1:1-18.pptx
The Pursuit of Worldly Wisdom_Ecclesiastes 1:1-18.pptxThe Pursuit of Worldly Wisdom_Ecclesiastes 1:1-18.pptx
The Pursuit of Worldly Wisdom_Ecclesiastes 1:1-18.pptxStephen Palm
 
The Currents Powerpoint Presentation
The Currents Powerpoint Presentation The Currents Powerpoint Presentation
The Currents Powerpoint Presentation meglucyrose
 
Vincent Rabiola - Writing to learn song lyrics
Vincent Rabiola - Writing to learn song lyricsVincent Rabiola - Writing to learn song lyrics
Vincent Rabiola - Writing to learn song lyricsVincent Rabiola
 

Similar to Izinkondlo1(2) (20)

20121119 Lyric 11192012 a
20121119 Lyric 11192012 a20121119 Lyric 11192012 a
20121119 Lyric 11192012 a
 
Elements of poetry
Elements of poetryElements of poetry
Elements of poetry
 
He hadsuchquieteyesninthemidstofhardsip
He hadsuchquieteyesninthemidstofhardsipHe hadsuchquieteyesninthemidstofhardsip
He hadsuchquieteyesninthemidstofhardsip
 
Shakespeare language powerpoint
Shakespeare language powerpointShakespeare language powerpoint
Shakespeare language powerpoint
 
Ode to a Nightingale. John Keats Presentation
Ode to a Nightingale. John Keats  PresentationOde to a Nightingale. John Keats  Presentation
Ode to a Nightingale. John Keats Presentation
 
Figures of speech, or metaphorical language
Figures of speech, or metaphorical languageFigures of speech, or metaphorical language
Figures of speech, or metaphorical language
 
All About Poetry (Elements and Types of Poetry)
All About Poetry (Elements and Types of Poetry)All About Poetry (Elements and Types of Poetry)
All About Poetry (Elements and Types of Poetry)
 
Types of poetry presentation
Types of poetry presentationTypes of poetry presentation
Types of poetry presentation
 
Classical Arabic Speeches and Sermons: A Taste of Classical Arabic Volume 2
Classical Arabic Speeches and Sermons: A Taste of Classical Arabic Volume 2Classical Arabic Speeches and Sermons: A Taste of Classical Arabic Volume 2
Classical Arabic Speeches and Sermons: A Taste of Classical Arabic Volume 2
 
Simile metaphor1
Simile metaphor1Simile metaphor1
Simile metaphor1
 
What is Poetry?
What is Poetry?What is Poetry?
What is Poetry?
 
Intropoetry1
Intropoetry1Intropoetry1
Intropoetry1
 
The chimney sweeper es presentation
The chimney sweeper  es presentationThe chimney sweeper  es presentation
The chimney sweeper es presentation
 
Chapter 6 designer part 3
Chapter 6   designer part 3Chapter 6   designer part 3
Chapter 6 designer part 3
 
Chapter 6 designer part 3
Chapter 6   designer part 3Chapter 6   designer part 3
Chapter 6 designer part 3
 
The Pursuit of Worldly Wisdom - Sermon Slides
The Pursuit of Worldly Wisdom - Sermon SlidesThe Pursuit of Worldly Wisdom - Sermon Slides
The Pursuit of Worldly Wisdom - Sermon Slides
 
The Pursuit of Worldly Wisdom_Ecclesiastes 1:1-18.pptx
The Pursuit of Worldly Wisdom_Ecclesiastes 1:1-18.pptxThe Pursuit of Worldly Wisdom_Ecclesiastes 1:1-18.pptx
The Pursuit of Worldly Wisdom_Ecclesiastes 1:1-18.pptx
 
The Currents Powerpoint Presentation
The Currents Powerpoint Presentation The Currents Powerpoint Presentation
The Currents Powerpoint Presentation
 
Vincent Rabiola - Writing to learn song lyrics
Vincent Rabiola - Writing to learn song lyricsVincent Rabiola - Writing to learn song lyrics
Vincent Rabiola - Writing to learn song lyrics
 
Q lyrics
Q lyricsQ lyrics
Q lyrics
 

Recently uploaded

“Oh GOSH! Reflecting on Hackteria's Collaborative Practices in a Global Do-It...
“Oh GOSH! Reflecting on Hackteria's Collaborative Practices in a Global Do-It...“Oh GOSH! Reflecting on Hackteria's Collaborative Practices in a Global Do-It...
“Oh GOSH! Reflecting on Hackteria's Collaborative Practices in a Global Do-It...Marc Dusseiller Dusjagr
 
The basics of sentences session 2pptx copy.pptx
The basics of sentences session 2pptx copy.pptxThe basics of sentences session 2pptx copy.pptx
The basics of sentences session 2pptx copy.pptxheathfieldcps1
 
The Most Excellent Way | 1 Corinthians 13
The Most Excellent Way | 1 Corinthians 13The Most Excellent Way | 1 Corinthians 13
The Most Excellent Way | 1 Corinthians 13Steve Thomason
 
URLs and Routing in the Odoo 17 Website App
URLs and Routing in the Odoo 17 Website AppURLs and Routing in the Odoo 17 Website App
URLs and Routing in the Odoo 17 Website AppCeline George
 
Q4-W6-Restating Informational Text Grade 3
Q4-W6-Restating Informational Text Grade 3Q4-W6-Restating Informational Text Grade 3
Q4-W6-Restating Informational Text Grade 3JemimahLaneBuaron
 
Organic Name Reactions for the students and aspirants of Chemistry12th.pptx
Organic Name Reactions  for the students and aspirants of Chemistry12th.pptxOrganic Name Reactions  for the students and aspirants of Chemistry12th.pptx
Organic Name Reactions for the students and aspirants of Chemistry12th.pptxVS Mahajan Coaching Centre
 
Interactive Powerpoint_How to Master effective communication
Interactive Powerpoint_How to Master effective communicationInteractive Powerpoint_How to Master effective communication
Interactive Powerpoint_How to Master effective communicationnomboosow
 
BASLIQ CURRENT LOOKBOOK LOOKBOOK(1) (1).pdf
BASLIQ CURRENT LOOKBOOK  LOOKBOOK(1) (1).pdfBASLIQ CURRENT LOOKBOOK  LOOKBOOK(1) (1).pdf
BASLIQ CURRENT LOOKBOOK LOOKBOOK(1) (1).pdfSoniaTolstoy
 
Beyond the EU: DORA and NIS 2 Directive's Global Impact
Beyond the EU: DORA and NIS 2 Directive's Global ImpactBeyond the EU: DORA and NIS 2 Directive's Global Impact
Beyond the EU: DORA and NIS 2 Directive's Global ImpactPECB
 
SOCIAL AND HISTORICAL CONTEXT - LFTVD.pptx
SOCIAL AND HISTORICAL CONTEXT - LFTVD.pptxSOCIAL AND HISTORICAL CONTEXT - LFTVD.pptx
SOCIAL AND HISTORICAL CONTEXT - LFTVD.pptxiammrhaywood
 
How to Make a Pirate ship Primary Education.pptx
How to Make a Pirate ship Primary Education.pptxHow to Make a Pirate ship Primary Education.pptx
How to Make a Pirate ship Primary Education.pptxmanuelaromero2013
 
Contemporary philippine arts from the regions_PPT_Module_12 [Autosaved] (1).pptx
Contemporary philippine arts from the regions_PPT_Module_12 [Autosaved] (1).pptxContemporary philippine arts from the regions_PPT_Module_12 [Autosaved] (1).pptx
Contemporary philippine arts from the regions_PPT_Module_12 [Autosaved] (1).pptxRoyAbrique
 
Web & Social Media Analytics Previous Year Question Paper.pdf
Web & Social Media Analytics Previous Year Question Paper.pdfWeb & Social Media Analytics Previous Year Question Paper.pdf
Web & Social Media Analytics Previous Year Question Paper.pdfJayanti Pande
 
Separation of Lanthanides/ Lanthanides and Actinides
Separation of Lanthanides/ Lanthanides and ActinidesSeparation of Lanthanides/ Lanthanides and Actinides
Separation of Lanthanides/ Lanthanides and ActinidesFatimaKhan178732
 
Nutritional Needs Presentation - HLTH 104
Nutritional Needs Presentation - HLTH 104Nutritional Needs Presentation - HLTH 104
Nutritional Needs Presentation - HLTH 104misteraugie
 
1029 - Danh muc Sach Giao Khoa 10 . pdf
1029 -  Danh muc Sach Giao Khoa 10 . pdf1029 -  Danh muc Sach Giao Khoa 10 . pdf
1029 - Danh muc Sach Giao Khoa 10 . pdfQucHHunhnh
 
Call Girls in Dwarka Mor Delhi Contact Us 9654467111
Call Girls in Dwarka Mor Delhi Contact Us 9654467111Call Girls in Dwarka Mor Delhi Contact Us 9654467111
Call Girls in Dwarka Mor Delhi Contact Us 9654467111Sapana Sha
 

Recently uploaded (20)

“Oh GOSH! Reflecting on Hackteria's Collaborative Practices in a Global Do-It...
“Oh GOSH! Reflecting on Hackteria's Collaborative Practices in a Global Do-It...“Oh GOSH! Reflecting on Hackteria's Collaborative Practices in a Global Do-It...
“Oh GOSH! Reflecting on Hackteria's Collaborative Practices in a Global Do-It...
 
Mattingly "AI & Prompt Design: The Basics of Prompt Design"
Mattingly "AI & Prompt Design: The Basics of Prompt Design"Mattingly "AI & Prompt Design: The Basics of Prompt Design"
Mattingly "AI & Prompt Design: The Basics of Prompt Design"
 
The basics of sentences session 2pptx copy.pptx
The basics of sentences session 2pptx copy.pptxThe basics of sentences session 2pptx copy.pptx
The basics of sentences session 2pptx copy.pptx
 
INDIA QUIZ 2024 RLAC DELHI UNIVERSITY.pptx
INDIA QUIZ 2024 RLAC DELHI UNIVERSITY.pptxINDIA QUIZ 2024 RLAC DELHI UNIVERSITY.pptx
INDIA QUIZ 2024 RLAC DELHI UNIVERSITY.pptx
 
The Most Excellent Way | 1 Corinthians 13
The Most Excellent Way | 1 Corinthians 13The Most Excellent Way | 1 Corinthians 13
The Most Excellent Way | 1 Corinthians 13
 
URLs and Routing in the Odoo 17 Website App
URLs and Routing in the Odoo 17 Website AppURLs and Routing in the Odoo 17 Website App
URLs and Routing in the Odoo 17 Website App
 
Q4-W6-Restating Informational Text Grade 3
Q4-W6-Restating Informational Text Grade 3Q4-W6-Restating Informational Text Grade 3
Q4-W6-Restating Informational Text Grade 3
 
Organic Name Reactions for the students and aspirants of Chemistry12th.pptx
Organic Name Reactions  for the students and aspirants of Chemistry12th.pptxOrganic Name Reactions  for the students and aspirants of Chemistry12th.pptx
Organic Name Reactions for the students and aspirants of Chemistry12th.pptx
 
Interactive Powerpoint_How to Master effective communication
Interactive Powerpoint_How to Master effective communicationInteractive Powerpoint_How to Master effective communication
Interactive Powerpoint_How to Master effective communication
 
BASLIQ CURRENT LOOKBOOK LOOKBOOK(1) (1).pdf
BASLIQ CURRENT LOOKBOOK  LOOKBOOK(1) (1).pdfBASLIQ CURRENT LOOKBOOK  LOOKBOOK(1) (1).pdf
BASLIQ CURRENT LOOKBOOK LOOKBOOK(1) (1).pdf
 
Beyond the EU: DORA and NIS 2 Directive's Global Impact
Beyond the EU: DORA and NIS 2 Directive's Global ImpactBeyond the EU: DORA and NIS 2 Directive's Global Impact
Beyond the EU: DORA and NIS 2 Directive's Global Impact
 
SOCIAL AND HISTORICAL CONTEXT - LFTVD.pptx
SOCIAL AND HISTORICAL CONTEXT - LFTVD.pptxSOCIAL AND HISTORICAL CONTEXT - LFTVD.pptx
SOCIAL AND HISTORICAL CONTEXT - LFTVD.pptx
 
How to Make a Pirate ship Primary Education.pptx
How to Make a Pirate ship Primary Education.pptxHow to Make a Pirate ship Primary Education.pptx
How to Make a Pirate ship Primary Education.pptx
 
Contemporary philippine arts from the regions_PPT_Module_12 [Autosaved] (1).pptx
Contemporary philippine arts from the regions_PPT_Module_12 [Autosaved] (1).pptxContemporary philippine arts from the regions_PPT_Module_12 [Autosaved] (1).pptx
Contemporary philippine arts from the regions_PPT_Module_12 [Autosaved] (1).pptx
 
Web & Social Media Analytics Previous Year Question Paper.pdf
Web & Social Media Analytics Previous Year Question Paper.pdfWeb & Social Media Analytics Previous Year Question Paper.pdf
Web & Social Media Analytics Previous Year Question Paper.pdf
 
TataKelola dan KamSiber Kecerdasan Buatan v022.pdf
TataKelola dan KamSiber Kecerdasan Buatan v022.pdfTataKelola dan KamSiber Kecerdasan Buatan v022.pdf
TataKelola dan KamSiber Kecerdasan Buatan v022.pdf
 
Separation of Lanthanides/ Lanthanides and Actinides
Separation of Lanthanides/ Lanthanides and ActinidesSeparation of Lanthanides/ Lanthanides and Actinides
Separation of Lanthanides/ Lanthanides and Actinides
 
Nutritional Needs Presentation - HLTH 104
Nutritional Needs Presentation - HLTH 104Nutritional Needs Presentation - HLTH 104
Nutritional Needs Presentation - HLTH 104
 
1029 - Danh muc Sach Giao Khoa 10 . pdf
1029 -  Danh muc Sach Giao Khoa 10 . pdf1029 -  Danh muc Sach Giao Khoa 10 . pdf
1029 - Danh muc Sach Giao Khoa 10 . pdf
 
Call Girls in Dwarka Mor Delhi Contact Us 9654467111
Call Girls in Dwarka Mor Delhi Contact Us 9654467111Call Girls in Dwarka Mor Delhi Contact Us 9654467111
Call Girls in Dwarka Mor Delhi Contact Us 9654467111
 

Izinkondlo1(2)

  • 2. INKONDLO NESAKHIWO SAYO Isakhiwo Sangaphandle • Indinyana/isigaba (Stanza) • Imvumelwano (rhyme) • Isigqi (rhythm) • Ukuphinda amaphethini (Repetition) • Impindwa (Refrain) • Ifanamsindo (Alliteration) 2
  • 3. INDINYANA (STANZA) • Indinyana yethula umqondo nomyalezo owodwa enkondlweni. Indinyana ingaba nemigqa: • emibili (Couplet) • emathathu (trecet) • emine (quantrain) • emihlanu (quintet) • eyisithupha (sestet) • eyisikhombisa (septet) • neyisishiyagalombili (octet) 3
  • 4. Imvumelwano (rhyme) • Imvumelwano-sigcino ab, ab, cc noma ab; ab; cc; dd • Imvumelwano-siqala Imvumelwano-maphakathi • Ngema ngakhexa ngalalela 4
  • 5. Cula Ngizwe Cula ngizwe Moya, Khona ngizolala sengozela, Ngoba ngibona kuqhaqhazela Imith’ eluhlaza! Ngichazele ngezimangaliso Nangobuhle nezifanekiso Nangothand’ olusha Noludal’ olungenamongo, Nokuthul’ okungenabuthongo Bungizume phansi. 5
  • 6. Inhliziyo yam’ izokwethaba, Ukuqaqamb’ okunokwesaba, Kuyawuthiy’ umqondo. Ngilethel’ ukuzotha kokuhlwa Okungaphazanyiswa nje ngumuhlwa Uququd’ udonga. 6
  • 7. ISIGQI (RHYTHM) • Izinkondlo zabase-Afrika zibanesigqi lapho imbongi isebenzisa imigqa engalingani nokho kube nokuhambisana komqondo owethulwa kuleyo nkondlo. • Isigqi siveza umoya othile enkondlweni njengokuthukuthela noma ukukhathazeka. 7
  • 8. Isigqi sezinkondlo zabamhlophe Twinkle, twinkle, little star, How I wonder what you are. Up above the world so high, Like a diamond in the sky. 8
  • 9. Isigqi ezinkondlweni zabomdabu • Udlondlwane luya luhlezi, • Luya ludlondlobele • Luyadla lubek’ isihlang’ emadolweni. • Isidlukula dlwedlwe. • Uhlany’ olusemehlwe’ amadoda. 9
  • 10. Ukuphinda amaphethini Ukuxhumana kwemiqondo (parallelism) • ukuxhumana-siqalo (initial linking) – Ngezwa kuthiwa le misebenzi ngeyakho – Ngezwa bekuntinyela ngezindosi zamazwi • ukuxhumana-sigcino (final linking) – Umshayeli wenqol’udl’ ezimnyama, – Edlinzeni lakhe kubus’ ubumnyama, 10
  • 11. Ukuxhumana ngokuphambanisa Ukuxhumana okuyinxemu/okutshekile – Ngema ngakhexa ngalalela – Ngalalel’ iminjunju yenhliziyo • Ukuxhumanisa okuyisiphambano • Ibhubesi lasukela indoda, • Indoda yaligwaza ibhubesi. 11
  • 12. • Ukuxhumanisa ngokuhlela amagama • Unjengethishelakazi phambi kwezichwe • Unjengomfundisi phambi kwebandla (uNyazi 3 Ikhasi 49) 12
  • 13. UKUPHINDA AMAPHETHINI • IMPINDWA (REFRAIN) IFANAMSINDO • Udlondlwane luya luhlezi, • Luya ludlondlobele • Luyadla lubek’ isihlang’ emadolweni. • Isidlukula dlwedlwe. • Uhlany’ olusemehlwe’ amadoda. 13
  • 14. ISAKHIWO SANGAPHAKATHI • Imifanekiso yomqondo • Isifaniso (simile) • Isingathekiso (metaphor) • Uphawu (symbolism) • Ukwenzasamuntu (personification) 14
  • 15. ILANGA - DBZ Ntuli Inkunzi ebomvu, uNompondompondo, Oqhamuke amavukana akhwica amashobana, Ayosobela kwaSibhakabhaka, Ngoba engenakuphika nkani. UMaqhamuka akhonye kwaMpumalanga, Bathi kukhonya kuni khona lokhu, Esikuzwe kungena ngamehlo, Izinkunzana zonkana zikhonya ngamaphinjwana? Phinde, ngiyaphika, akusinkunzi, Ngamajininindi. 15
  • 16. I wandered lonely as a cloud That floats on high o'er vales and hills, When all at once I saw a crowd, A host, of golden daffodils; Beside the lake, beneath the trees, Fluttering and dancing in the breeze. Continuous as the stars that shine And twinkle on the milky way, They stretched in never-ending line Along the margin of a bay: Ten thousand saw I at a glance, Tossing their heads in sprightly dance. 16
  • 17. Ukujula Ngenkondlo • Kuyenzeka ufunde inkondlo ethile uthole umqondo wayo uphelele. Kodwa lapho usuyihlolisisa uthole ukuthi iqukethe omunye umqondo. • Kungakhulunywa ngelanga kanti kube kubhekiswe kumuntu ongumholi. 17
  • 18. Umoya Osenkondleni • Imbongi ingabhala inkondlo ngoba ithintekile ngokuthile. Kungakho ungathi lapho ufunda inkondlo yayo uzizwe nawe udumala, noma ujabula noma uzizwe uba nothando oluthile. • Ngakho-ke kumele inkondlo ivuse imizwa ethile. • Bheka ezinkondlweni zakho ukuthi lokho kwenziwe ngempumelelo yini? 18
  • 19. Izinhlobo zezinkondlo zesimanje Ilirikhi (lyric) • Ilirikhi uhlobo lwenkondlo equkethe imizwa yomlobi. • Kulolu hlobo imbongi/umlobi ukhululekile ukusho noma yini ayizwayo. • Ngenxa yobuhle belirikhi kwaze kwaba uhlobo lwenkondlo eculwayo. Ezilimini zabaMhlophe yayibhalwa ibe nesigqi ukuze kubelula ukuyicula. 19
  • 20. Izinhlobo zezinkondlo zesimanje • I-eleji (elegiac verse) • I-eleji inkonldo esivezela isililo sembongi kakhulukazi ngomuntu othize oshonile. • Kulolu hlobo lwenkondlo kulula ukuthola isimo sembongi kanye nemizwa yayo. • Okunye okungavela kungaba yindlela imbongi ikhumbula ngayo isihlobo sayo esingasekho. • Ngendlela imbongi ibalisa ngayo kungaze kuvele usizi oluthize. 20
  • 21. Izinhlobo zezinkondlo zesimanje • I-ephiki (epic) • I-ephiki inkondlo exoxa indaba esamlando. • Kungaba khona izehlakalo ezithize ezibekwe ngendlela yobunkondlo. • Uhlobo olunje aluvamisile esiZulwini. Nokho uma sibheka izibongo zamakhosi siyazithola izimpawu ezithize ze-ephiki. Kwesinye isikhathi indaba exoxwayo iba yindida. Kungalandwa izigameko ngendlela umlobi abona ngayo izinto. 21
  • 22. Izinhlobo zezinkondlo zesimanje • Isonethi (sonnet) • Isonethi inkondlo evamise ukuba nemigqa eyi- 14. • Isonethi ejwayelekile eyase Ntaliyane. Le sonethi ihlukaniswe izigaba ezimbili. Imigqa yokuqala eyi- 8 kanye nemigqa yesibili eyi-6. Imvamisa imigqa yokuqala iqukethe umqondo ohlukile emqondweni wesibili • abab, cdcd, efef, gg. • abab, bcbc, cdcd, ee. 22
  • 23. Izinhlobo zezinkondlo zesimanje • Izibongo zesimanje • Izibongo zesimanje zilandela indlela yokubhala izinkondlo zesimanje. • Izibongo ziyahlelwa ukuze kube khona lowo mgqumo kanye nemvumelwano. • Izibongo zesimanje zibhalwa phansi kukhethwe amagama ngobuciko, kanti izibongo zakudala zibonisa ubuciko bemvelo 23
  • 24. Izinhlobo zezinkondlo zesimanje • Umbhinqo (Satire) • Lolu hlobo lwenkondlo lugxeka isimilo noma ukuziphatha komuntu othize. • Kwesinye isikhathi kungagxekwa noma yini engahambisani nezinto ezibalulekile ezivumelana nenhlalo yabantu. • Lokhu kugxeka kuqonde ukukhuza leyo ndlela engavumelekile. Ziningi izindlela zokubhala lolu hlobo lwezinkondlo 24